Surprise Me!

LLM Mbatha - *Kuwunikeza ugqozi umphefumulo wami

2014-11-08 21 Dailymotion

Kuwunikeza ugqozi umphefumulo wami
Ukwazi ukuthi kuyafinyeleleka kukho
Lokho okungaphezu kwamandla onke
Kanti futhi angidingi ukuthi ngibe
Yisikhondlakhondla noma isihlakaniphi
Esizedlula zonke
Konke engikudingayo ukuthi:
Nanoma ngabe yini leyo engiyenzayo-
NGIYENZISISE

LLM Mbatha

http://www.poemhunter.com/poem/kuwunikeza-ugqozi-umphefumulo-wami/